uhulumeni nokudla ezikoleni
Welekelela uhulumeni ngokudla ezikolweni yebo kwaba yisu elihle ukuthi
uhulumeni alekelele ngokudla ezikoleni, ezinye izingane ziqhamuka emndenini odla imbuya ngothi ,
lokhu kuyasiza kakhulu ukuthi zikwazi ukuthola okuya ethunjini.
Kodwa ke lokhu kufika nezinkinga ne nkohlakalo.
Ezinye izingane zihlala nezihlobo lapho zingatholi ukudla okwanele ngenxa yokuthi abazali bazo bashona.
izinkinga ezingaba khona ngokudla ezikoleni
- Othisha badla ukudla kwezingabe bebe beqashiwe
- Izingane ezihlobene nalapho abaphakayo zona zithola ukudla okuningi ngisafunda emabangeni aphansi kwakwenzeka kuthiwe izingane zezihlobo azihlale lakuphakelwa khona zidlele khona.
- Abaphakelwa kuqala bathola ukudla okuncane, kuthi labo abafika ekugcineni bathole okuningi ngoba kusuke sekwenzelwa
ukuthi kuqedwe ukudla kosuku, kumele omama babe nesikali sokupheka, kanye nesikali sokuphaka ukuze abantu bathole ukudla
okulinganayo
- Omama abaphekayo bagoduke nokudla okwenziwele izingane.
- Izingane ezithola ukuthi okuncane.
Iqiniso ukuthi asikho isikali esisemthethweni sokuthi ukudla kumele kube ngakanani.
- Ukudla okudliwayo kumele kubhekwe ukuthi kunikeza ama vitamins nama minerals ayikho
ngempela okudingwa yizingane
- Ukudla futhi kungakudle kudliwe ngesikhathi esikahle ukuze izingane zifunde kahle usuku lonke,
isibonelo: uma ingane ifike esikoleni ingadlile kodwa ukudla kudliwa ngo 1 emini,
kusho ukuthi sonke isikhathi ekuseni leyongane ikhalelwa yisisu uma idla ngo 1 emini kusuke sekusele ihora no half
vele igoduke okushuthi ukudla sekoyisiza ukuthi ingadli ekhaya.
umuthi wokuphasa wama students
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Join Grade 12 students whatsapp group
Grade 12 Matric whatsapp groups
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
izincazelo zamaphupho
Iziwasho nemithi
izithakazelo
izisho nezaga
Amagama esizulu izincazelo